Bengingazi mina
Ukuth' impilo kanti injena bo
Ithatha osenzansi imubeke phezulu
Ey bengingazi mina
Ukuthi impilo kant' injena bo woooah woooah
Ithatha ophezulu imubeke phanzi bo
Ungabombhekisela phanzi omuny'umuntu
Ngoba uyibona uncono bo
Ulashe amasiko akho ngoba uphil' isilungu
Ungabo cindezela omunye umuntu
Ngoba kusasa uzomdinga bo
Hlonipha amasiko akho ukuthi intsuku zakho zande

Ithatha ophezulu imubeke phanzi