Ngakubona konke nkosi
Okomhlaba
Kungehlule baba
Izinto zami
Azihlangani
Konakele
Konakele
Angazi kuyophetha ngani thixo
Okomhlaba
Kuyahlaba
Akuyizwe
Imikhuleko yethu
Nathi siyafisa
Ukuphumelela
Isimo soshintsha
Izinto zojika
Akaze kwabalula
Sodlul'ubunzima
Ngoba nami ngizamile
Sithi shwi
Kodwa kwalile
Ngihambe ngifike
Bengazi ushone kuphi
Phela ngifun'okukhulu
Ngithole nami oku good
Ay, abafike
Isimo soshintsha
Izinto zojika
Akaze kwabalula
Sodlul'ubunzima
Ngoba nami ngizamile
Sithi shwi
Kodwa kwalile
Ngihambe ngifike
Bengazi ushone kuphi
Phela ngifun'okukhulu
Ngithole nami oku good
Ay, abafike
Siyacela kuwe mdali
Sicela amaphupho ethu afezeke
Sicela ukukhanya
Ezindleleni lapho esihamba khona
Sicela nezibusiso
Kulo mhlaba esiphila kuwo
Ngakubona konke nkosi
Okomhlaba
Kungehlule baba
Izinto zami
Azihlangani
Konakele
Konakele
Angazi kuyophetha ngani thixo
Okomhlaba
Kuyahlaba