Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngizophath'igolide
Ngizophath'igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Ngizobe ngipheth'igolide
Ngizobe ng'pheth'igolide nesiliva ntombi
Okwamanje angikwazi ngish'ukuk'thengela nomushokholethi
Kufika usuku lwakho lokuzalwa kwehl'izinyembezi
Uthola amapresent left and right k'mina ungatholanga lutho
Ngizocomplain kanjani ngoba angizange ngikhiphe lutho ntombi
Kuhlupheka kwami wangiphatha kanjena kade ngithi sesiyazwana
Kuhlupheka kwami wafika nesinyama kade ngithi sekuyakhanya
Ngashiywa umuntu ebesengithembile kuthi mina ngiyamthanda
Kuthiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela ezendoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngizophath'igolide
Ngizophath'igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Ngizobe ngipheth'igolide
Ngizobe ng'pheth'igolide nesiliva ntombi
Eh, Kusile
Avuke ahambe eyemsebenzini
Ngilele
Ngicabangana nephupho lami
Intende
Ngithemb'ukuthi ngizophumelela
Kumele
Oh kumele nje
Kubuhlungu ukuthi angikwazi ukuk'afford ukujabulisa wena ntombi
Amandla ami aphelele ekutheni mina ngiyakuthanda ntombi
Akukho okudlula lokho mina ntombi vele ngigcina lapho nje
K'thiwa izinyembezi aziweli phansi ngoba phela, ezendoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngizophath'igolide
Ngizophath'igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Ngizobe ngipheth'igolide
Ngizobe ng'pheth'igolide nesiliva ntombi
Ngiyindoda
Engenalutho namhla kusasa
Mina ngizophath'igolide
Ngizophath'igolide nesiliva ntombi