[ Featuring Olefied Khetha, MusiholiQ ]
Uyazi angiysoli
Ngokuthi angsekho nawe
Asisajoli
Bengilokhu ngilala ngale mangizok'bona
Ngoba ayisekho eyami nawe
Sekuyabhora
Bengicela ungishayise ngomoya
Ngoba ngibathe ngishona le ukhona
Ngibathe ngishona le ukhona
Sekuyabhora
Ngibathe ngishona le ukhona
Ngibathe ngishona le ukhona
Sekuyabhora
Ngibathe ngishona le ukhona
Ngibathe ngishona le ukhona
Sekuyabhora
Ukube ngalishayaphakathi ngabe manje ungikhiphisa iyndodla
Mmm
Lapho wawuqoma uquleke wangibhangqa neteam yebhola
Awu phela wangiqedela nomdlandla wokujola my love
Kodwa ngazikhotha zaze zaphola my love
Manje ijongo bayalijonga abo love
Kanti uphethe umamlambo yini
Kwazi wena kuqala ukuthi ngzoza ngakini
Kudala inqamuka
Ngibopha uyiphula
Lentambo yethu yimbi inamafindo amaningi
Yikho ngeke ngiphinde ngibeke intombi escongweni
Noma ngingahlangana nayo ibuyesontweni
Kodwa anginagqubu mina
Angidinge sorry
Futhi angidinge story
Ngicela ukuthi uhlalewazi angiysoli
Uyazi angiysoli
Ngokuthi angsekho nawe
Asisajoli
Bengilokhu ngilala ngale mangizok'bona
Ngoba ayisekho eyami nawe
Sekuyabhora
Bengicela ungishayise ngomoya
Ngoba ngibathe ngishona le ukhona
Ngibathe ngishona le ukhona
Sekuyabhora
Ngibathe ngishona le ukhona
Ngibathe ngishona le ukhona
Sekuyabhora
Ngibathe ngishona le ukhona
Ngibathe ngishona le ukhona
Sekuyabhora
Mangithatha ukubheka ngigrand since ngingedwa
Ngigrand since wangiyeka
Angina stress no more
Mangithatha ukubheka you were bad even in bed
Ama grands uhlezi uwacela
Ngino cash since wangiyeka
Angina stress nomore
Yazi mangikbona ngishawa amahloni
Namanje angikholwa ngake ngacabanga ukuthi wena you the best thing that I know
Now I know
I was wrong
Wena wingelosi yesihogo
Should've known
Now I know
Ukuthi uwena umuntu ozenza ngcono
Mangikbona ngishawahloni
Wamilimpiko kanti uyinyoni
Ngoba nginephimbo I wrote a song
Ukungazi kufana nokungaboni
Now I know
I was wrong
Wena wingelosi yesihogo
Should've known
Now I know
Ukuthi uwena umuntu ozenza ngcono
Uyazi angiysoli
Ngokuthi angsekho nawe
Asisajoli
Bengilokhu ngilala ngale mangizok'bona
Ngoba ayisekho eyami nawe
Sekuyabhora
Bengicela ungishayise ngomoya
Ngoba ngibathe ngishona le ukhona
Ngibathe ngishona le ukhona
Sekuyabhora
Ngibathe ngishona le ukhona
Ngibathe ngishona le ukhona
Sekuyabhora
Ngibathe ngishona le ukhona
Ngibathe ngishona le ukhona
Sekuyabhora