Ye bafana bakithi ye bafana bakithi
Angike ngibuze
Uma ngisuka phansi embulungweni
Ngikhuphuka njalo ngengqalaza
Woo babannna (nansi isbha isbhahaha)
Umuntu maebuka usuka ebukani (uyabuka kuhle)
Umtu xaejonga mfokazi ujonga ntoni na (ujajonga ukba kuhle)
Ujonga ntono (ujajonga ukba kuhle)
Uluzwile ukhozi lukhalile ezintabeni (iyeza imithente)
Iyeza imithente (iyeza imithente)
(uyolala ungalele wena ndoda ngoba unovalo)
(uyizwile imithente)
Uluzwile ukhozi lukhalile ezintabeni (iyeza imithente)
Iyeza imithente (iyeza imithente)
(uyolala ungalele wena ndoda ngoba unovalo)
(uyizwile imithente)
Uzizwile izinsizwa zokhozi zimemezile emsakazweni (iyeza imithente)
Zithi ziyogiya ngengoma (uyizwile imithente)
(uyolala uyizwile leyo ngoma eyokushaya ngayo)
(uyizwile imithente)
Uzizwile izintombi zokhozi zimemezile emsakazweni (iyeza imithente)