Okay woah thwasa
Ng'hambela phezulu Hi to my Lord
EMhlanga sijampa amabonda
I keep it fresh ng'bheke ngakhona
La Lucia siphole ngomnotho
(Kupholiwe)
Kushaya umoya
Dubane ishaya umoya
Hehehe awuthi ngidedele mfethu
IFlow yam' iqonde kakhulu ulayini
Bang'saba kakhulu abashana ng'bashayile
Mang'swenka ngeshoba ucava ang'kwesabi
Mang'ngena estolo ngyathenga ang'Laybuy
Mang'ngena endaweni bathi nanguloGuy
Nangu eseng'landela uBusie ngiz'layile
Uthi uthando ufuna ngizi'layile
Hhay bo hhay bo ngiz'layile
Seng'hamba nethonga endleleni ling'bhekile
Ngihamba nomdali Ebumnyameni ung'bhekile
UMama noBaba endleleni bang'bhekile
Faka imali ekhaya inyanga mayiphelile
Khohlwa ngok'hlupheka pusha maw'vukile
Bang'thatha kancane bang'bona ngoba ng'thulile
Ng'naka indaba zami yingakho ng'winile
Ng'hamba nohambayo indlela ngiyibonile
Sjabula sonke masphusha ngeqiniso
Impilo inzima ngyohluleka ng'zamile
Ng'bonge abaphansi indlela maz'khanyile
Shisa impepho ekhaya mang'fikile
Ngibonge ithonga no mdali bavumile
Elami ithonga livumile
Elam' elam
Elam' elam
Elami ithola livumile
Nswempu edrip iconsa kchitheke upende
Lapho ngishaya amaTwins Amawele
Shlupha kakhulu neyngane zyay'wela
Ofuna amanumber eyomile iyay'yela
S'bheke phambili abanomona abang'yeke
Ng'phole kakhulu wang'thinta uzoy'nyela
Yung man lit unswemp abak'yeke
Mvuselelo ay ngeke abak'yeke
Ohh iyah ishuu
Ohay bo uzoTHWASA ngenkani
Ohh iyah ishuu
Hhay bo uzoTHWASA ngenkani
Yah shout to okmalumkoolkat for this one
Ishuu thwasa