Ngigil' im'hlolo engathi ng'fike nomuthi
Ngenz' umsoco 'ngathi ng'zalwa umhluzi
Vele kade ngangidedel' ujusi
Njengamanje vese ngize nobusi, ngize nobusi
Eish
Ng'zohash' izibongo z'ka Sgidi ngifike nobusi
Eish
Umbhombhay' uhlal' edizzy

Umbhombhay' uhlal' edizzy ngifike nomuthi
Ngizoy'bamba mathupha ngizofel' empini
Ng'thol' i game ilele ng'zoy'nik' impilo
Kudala beng'ziba ngizama amaqhinga
Ngithi ndoda qina uzos'thola les'tina.
Ang'hlenga amajita ke manje ng'yashisa
Akusekho nok'jika wentaba dilika.
Ntomb' ing'cel' ukiss ihamba nonina.
Ngalengoma ngizophenduk' iMbidla
Ng'thulile nje ng'bhekile ng'salol' umshiza
Ngingoz' engeqiwa ntwala ng'sazon'dida
Logodo n'zol'tshatha n'khala ng'yacogisa
Kokhal' izingane zith' uyalapisa (esh)
Ngenz' iy'nhlelo ng'shintsh' umthetho ke manje
Ng'zokwenz' ungeno ng'khiph' ukhetho we ave
Bekumbhedo ngokwenjwayelo kheman'
Ngenz' uphenyo ngatholukuthi
Ngigil' im'hlolo engathi ng'fike nomuthi
Ngenz' umsoco 'ngathi ng'zalwa umhluzi
Vele kade ngangidedel' ujusi
Njengamanje vese ngize nobusi, ngize nobusi
Eish
Ng'zohash' izibongo z'ka Sgidi ngifike nobusi
Eish
Umbhombhay' uhlal' edizzy
Ngigil' im'hlolo engathi ng'fike nomuthi
Ngenz' umsoco 'ngathi ng'zalwa umhluzi
Vele kade ngangidedel' ujusi
Njengamanje vese ngize nobusi, ngize nobusi
Eish
Ng'zohash' izibongo z'ka Sgidi ngifike nobusi
Eish
Umbhombhay' uhlal' edizzy ngifike nomuthi
Ntomb'yakh' ing'biza nge ghost
Mang'nyamalele iyang' post
Ng'sanok'sik' iphiko ngidl' umlenze
Ngomhlomunye ngim'dikadike ebhek' umule
Kanti mangiqeda ng'yam' ghost'a
Akalazi nekheli leposi
Vel' ang'thol' emlanjeni mang'funa
Mang'ngekho akethabi uzomthol' eneconsi
Bafana bam' usefikil' umalume
Ake n'khothame n'khothoze amahlanga n'buye
Ngizok'thum' ibhazo ngikuph' inhlahlula
Ngebhabhadisa ngamadambi uklewule.
Ngingozi kabi ungabongikhomba
Ngamagama ng'khiph' iskole
Ng'cikoza ngosiba ngiwumbele ogwansile
Ngib'hlungu ngapha nesiZulu s'jiyile