Wobagwema ntanga
Abantu abaphilel' ukukhuluma ngabanye abantu ntanga
Ngoba vele ntanga
Nawe muf'lathela isihloko sabo siba ngawe ntanga
Woqaphela uy'qaphe eqolo
'kekho safe kulabo nondaba ey
Woqaphela uy'qaphe eqolo
'kekho safe kulabo nondaba
Qaphela
Qaphela
Woqaphela uy'qaphe eqolo
'kekho safe kulabo nondaba ey
Ey ukushona kwelanga, abantu bohlale bekhuluma
Ukuphuma kwelanga, abantu boqevuz' iy'ndaba
Ey ukushona kwelanga, abantu bohlale bekhuluma
Ukuphuma kwelanga, abantu boqevuz' iy'ndaba
Iy'ndaba zabantu mazingakwenzi buthaka wemngani
Abantu baqedana amandla
May'ngakwenzi buthaka wemngani
Qaphelani
Wobagwema ntanga
Abantu abaphilel' ukukhuluma ngabanye abantu ntanga
Ngoba vele ntanga
Nawe muf'lathela isihloko sabo siba ngawe ntanga
Woqaphela uy'qaphe eqolo
'kekho safe kulabo nondaba ey
Woqaphela uy'qaphe eqolo
'kekho safe kulabo nondaba
Qaphela
Qaphela
Woqaphela uy'qaphe eqolo
'kekho safe kulabo nondaba ey
Emhlabeni ngibonile, ngifundile okuningi
Sake sakubona sakubeletha
Ngihambile, iy'ndlela ziningi
Zibonwa ngodaka amaqakala
Eziwelile zavuk' othulini
Ziningi iy'ngxaki zomhlaba
Kumele ngabe siyabambana
Kodwa sihlwa sikhulumana
Wobagwema ntanga
Abantu abaphilel' ukukhuluma ngabanye abantu ntanga
Ngoba vele ntanga
Nawe muf'lathela isihloko sabo siba ngawe ntanga
Woqaphela uy'qaphe eqolo
'kekho safe kulabo nondaba ey
Woqaphela uy'qaphe eqolo
'kekho safe kulabo nondaba
Qaphela
Qaphela
Woqaphela uy'qaphe eqolo
'kekho safe kulabo nondaba ey
Vula amehlo, qaphela.