Cisha
Itilosi l'jomb' is'keyi l'fun' uk'bizw' ifolosi
Inzukay'keyi inkab' egudl' umfolozi
Igama ley'nsizwa ngu Cisha
Mang'bizwa sibhuda ngiqhasha kujul' ufikothi
(Inkambabey'buza)
Ngilamba ngidl' umvongothi,
Ibhungu kalifi lidid' ijongosi
Insimbi kay'gobi yehlul' amachube
Sigidi setshe into ewudl'...
Umfula welozi, umfula wedlozi
Umful' ongawelwa ngisho nawukhozi
Inkethabaweli kuwel' amakhosi
Mungena sithol' uzeqhatha nengozi
Wothi Gwalagwala ngumfo ka Nkhosi
Uzalo l'kaMatalatala endal' inkosi
Uth' ungang'thint' uzokhihl' ez'mathonsi
Vese kan'qondi, s'gugul' ingosi.
(Hhayibo!)
Ha! Ngiy'nkambabey'buza.
Ngize nendaba qaphel' ingwadla ng'shiya bey'buza
Ababebuz' kuth' ng'buyaphi, basale bequma
Usala nentshida, usale nevumba, ngeze wavuma
Ha! Ngiy'nkambabey'buza.
Ngize nendaba qaphel' ingwadla ng'shiya bey'buza
Ababebuz' kuth' ng'buyaphi, basale bequma
Usala nentshida, usale nevumba, ngeze wavuma
Mono ke goletši teng go hlabiša dihlong
Gonale polelo okare kgorong
Ke mang kapa mang o nyakang go rutuga
Mara ge babotlhe ba gatellana
Ke bereka ga thata go tšwa tshokolong
Ka nako engwe ke napa ke ye Limpopo
Ko rula morwalo ontse mkokotlong
Ke rata lapeng ko ntlong
Go nale kgotso ko ntlong
Ke re Thobela Kgotsong
Kgotso gayate ko ntlong
Re thoma ka go bolela le bagolo
Ge re fetša re lo phaphatha badimong
Ka bomo
Ye ke karolo ya rona, re thuta di taola le ga di karabo di sego
O kase nkgwetše ke lebile motho omogolo ko mahlong'
(Haybo!)